Below, you will find the lyrics for Woof Woof by ZOLA.
uyangihlanyisa
khonkotha guluva
ngithi khonkotha clever
Hey khonkotha guluva
Khonkotha clever khonkotha guluva
Khonkotha clever khonkotha guluva
Hallo mntwana I hope usangikhumbula ulova
Sisasebancane sidlala umacashelana
Noma ngiza kini iOfi lithi ngumkhwenyana
Mangithatha ukubheka umntwana uyablasha blasha
Kodwa unenkani futhi ungipokela ngolaka
Mangithi ngiyashela uthi sula amafinyela
He eyi lova dlula ngendlela
Awuboni ngibeka indabanaba nzokubona ntambama
Okay hentombazana sisesekuyo lendaba
You like what you see but you're playing hard to get
Yo ngqoma ntombazane ngizokwenz' umama wekhaya
Ubusaphasapha sidle' u cash namajita
Khonkotha clever khonkotha guluva
Khonkotha clever khonkotha guluva
Khonkotha clever khonkotha guluva
Khonkotha clever khonkotha guluva
Khonkotha clever khonkotha guluva
Khonkotha clever khonkotha guluva
Aha makuvela wena mama kuhonkotha uguluva
Kukhal' amaflaite indaba ikuso le skirt
Bheka nalenja emdaka seyihlafuna nechain
Ijame ama fence ilandele uNtabiseng
Hamajimbosi ikhona indaba ebaSothwini
Ngisho nobaba engefakaza emazulwini
Hemntwana oMsuthu ulokhe ungishaya emanonini
Futhi indaba esgudwini yikuthi wena uqoma nini
Okay right mhlawumbe mntwana awusangikhumbuli
Igama nguzola lona obloma emakhoneni
Hemajimbosi thina sphilel' ugavini
Bonke abantu ekasi sebasbiza izindlavini
Khonkotha clever khonkotha guluva
Khonkotha clever khonkotha guluva
Khonkotha clever khonkotha guluva
Aha aha awuthi ngilahe ntombazane ngiqede ama pain
Ffff fede kuyalunga
Bheka lalela mama vele ngithol' ukukubekela
Dudlu ntombazane zala abantu ziyebantwini
Hoho ima kancane awuthi ngithinte ibade lami
Ola KB bade kunjani
UNtabiseng mfanaungiphul' i gearbox
If it gets any worse ngiyolala emathuneni
Hebade lami kukhona indaba eBsuthwini
Ngisho nobaba engafakaza emazulwini
Lomntwana oMsuthu ulokhe ungishaya emanonini
Indaba esgudwini yikuthi uzoqoma mini
Otherwise sbali akukho nex
Awuthi ngikhokhe umhala bade lami ngisasekhona